1 Ozahlukanisayo ufuna esakhe isifiso,uphika konke ukuhlakanipha.
2 Isiwula asithokozi ngokuqonda,kuphela ngokuveza okusenhliziyweni yakhe.
3 Lapho kufika omubi,kufika nokudelela;kanye nehlazo kukhona inhlamba.
4 Amazwi omlomo womuntu anjengamanzi ajulileyo,nomfula ogobhozayo,nomthombo wokuhlakanipha.
5 Ukukhetha ubuso bomubiukuba olungileyo aphambukiswe ekwahlulelweni akukuhle.