1 Ungcono ompofu ohamba ekupheleleni kwakhekunophambene ngezindebe zakhe eyisiwula.
2 Futhi akulungile ukuba umphefumulo ungabi nakwazi;oshesha ngezinyawo uyaduka.
3 Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe,kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova.
4 Imfuyo iyenezela abangane abaningi,kepha ompofu uyashiywa ngumngane wakhe.
5 Ufakazi wamanga akayekwa,nophafuza amanga akayikusinda.
6 Baningi abancenga izikhulu;bonke bangabangane bomuntu wezipho.