10 Ngokuba ukuhlakaniphakuyakungena enhliziyweni yakho,ukwazi kube mnandi emphefumulweni wakho.
11 Amasu ayakukulinda,ukuqonda kukugcine,
12 ukuze wophulwe endleleni yobubinakubantu abakhuluma okuphambeneyo,
13 abashiya imikhondo yobuqotho,ukuze bahambe ngezindlela zobumnyama;
14 abathokoza ngokwenza okubi,bajabulele ukuphambana kobubi;
15 abazindlela zabo ziyisigwegwe,nemikhondo yabo iphambene,
16 ukuba wophulwe kowesifazane ondindayonakuye owezizwe onamazwi athophayo,