12 ukuze wophulwe endleleni yobubinakubantu abakhuluma okuphambeneyo,
13 abashiya imikhondo yobuqotho,ukuze bahambe ngezindlela zobumnyama;
14 abathokoza ngokwenza okubi,bajabulele ukuphambana kobubi;
15 abazindlela zabo ziyisigwegwe,nemikhondo yabo iphambene,
16 ukuba wophulwe kowesifazane ondindayonakuye owezizwe onamazwi athophayo,
17 oshiya umngane wobusha bakhe,akhohlwe isivumelwano sikaNkulunkulu wakhe,
18 ngokuba indlu yakhe ishonela ekufeni,nasezithunzini izindlela zakhe.