15 abazindlela zabo ziyisigwegwe,nemikhondo yabo iphambene,
16 ukuba wophulwe kowesifazane ondindayonakuye owezizwe onamazwi athophayo,
17 oshiya umngane wobusha bakhe,akhohlwe isivumelwano sikaNkulunkulu wakhe,
18 ngokuba indlu yakhe ishonela ekufeni,nasezithunzini izindlela zakhe.
19 Bonke abangena kuye ababuyi,bangafinyeleli ezindleleni zokuphila.
20 Kanjalo uyakuhamba ezindleleni zabahle,ugcine imikhondo yabalungileyo.
21 Ngokuba abaqotho bayakuhlala ezweni,abapheleleyo basale kulo.