15 Ivila liyafaka isandla salo esitsheni;kuyamkhathaza ukusibuyisela emlonyeni walo.
16 Ivila lihlakaniphile emehlweni alokunabayisikhombisa abaphendula ngokuhlakanipha.
17 Odlula nje ehlanganyela ukuxabana okungesikho okwakheunjengobamba inja ngezindlebe zayo.
18 Njengohlanya oluphonsa izikhuninemicibisholo ebulalayo,
19 unjalo umuntu okhohlisa umakhelwane wakhe,ethi: “Angithi ngintelile nje na?”
20 Ngokuphela kwezinkuni umlilo uyacimeka,nalapho kungekho abancethezi, kuyabodla ukuxabana.
21 Njengamalahle othuthwini nezinkuni emlilweni,unjalo umuntu ophikisa ukuvusa inkani.