22 Amazwi omncethezi anjengesibiliboco:ayehlela kokuphakathi komuntu.
23 Izindebe ezishisayo nenhliziyo embikunjengesitsha sebumba esinamekwe ngamanyela esiliva.
24 Ozondayo uyazenzisa ngezindebe zakhe,ubekelela inkohliso enhliziyweni yakhe.
25 Lapho enza izwi lakhe libe mnandi, ungakholwa nguye,ngokuba kukhona izinengiso eziyisikhombisa enhliziyweni yakhe.
26 Noma inzondo yakhe isibekelwa ngenzondo,ububi bakhe buyakwambulwa ebandleni.
27 Omba umgodi uyakuwela kuwo,nogingqa itshe, liyakubuyela phezu kwakhe.
28 Ulimi lwamanga luyazonda olubachobozileyo,nomlomo othophayo usebenza incithakalo.