20 Ngiyahamba endleleni yokulunga,phakathi kwemikhondo yokwahlulela,
21 ukuze ngenze abangithandayo badle ifa lemfuyo,ngigcwalise izindlu zabo zengcebo.
22 “UJehova wangidala ngingukuqala kwendlela yakhengaphambi kwemisebenzi yamandulo.
23 Ngamiswa kwaphakade kwasekuqaleni,umhlaba ungakabikho.
24 Lungakabikho utwa ngazalwa,ingakabikho imithombo egcwele amanzi.
25 Zingakasekelwa izintaba,namagquma engakabikho, ngazalwa,
26 engakawenzi umhlaba namasimu,nokuqala kothuli lwezwe.