33 Yizwani ukulaya, nihlakaniphe,ningakwenqabi.
34 Ubusisiwe umuntu ongizwayo,elinda imihla ngemihla ngasemasangweni ami,ehlala ngasezinsikeni zeminyango yami.
35 Ngokuba ongifumanayo,ufumana ukuphila,azuze umusa kuJehova.
36 Ongangifumani uyona umphefumulo wakhe;bonke abangizondayo bathanda ukufa.”