Uhezekeli 31:8 ZUL59

8 Imisedari* yasensimini kaNkulunkulu yayingenakuwusitha,imisayipuresi* yayingafani nezingatsha zawo,nemipelatani* yayingenjengamagatsha awo,futhi kwakungekho nowodwa umuthi ensimini kaNkulunkulu ofana nawo ngobuhle.

Funda isahluko ephelele Uhezekeli 31

Buka Uhezekeli 31:8 ngokomongo