Uhezekeli 32:27 ZUL59

27 Laba babangasokile abawileyo abayikulala namaqhawe ehlela endaweni yabafileyo enezikhali zawo zokulwa, abekwa izinkemba zawo phansi kwamakhanda, nezihlangu zawo ziphezu kwamathambo awo, ngokuba besabisa amaqhawe ezweni labaphilayo.

Funda isahluko ephelele Uhezekeli 32

Buka Uhezekeli 32:27 ngokomongo