Uhezekeli 45:7 ZUL59

7 “ ‘Okungokwesikhulu kuyakuba ngalapha nangalapha komnikelo wokungcwele nefa lomuzi, phambi komnikelo wokungcwele naphambi kwefa lomuzi, ngasohlangothini lwasentshonalanga kubheke entshonalanga, nangasohlangothini lwasempumalanga kubheke empumalanga, ngobude kulingane nesinye sezabelo zezizwe, kusukela emkhawulweni wasentshonalanga kuze kube semkhawulweni wasempumalanga.

Funda isahluko ephelele Uhezekeli 45

Buka Uhezekeli 45:7 ngokomongo