Uhezekeli 8:16 ZUL59

16 Wayesengingenisa egcekeni elingaphakathi lendlu kaJehova; bheka, ngasemnyango wethempeli likaJehova phakathi kompheme ne-altare kwakukhona kungathi amadoda angamashumi amabili nanhlanu efulathele ithempeli likaJehova, ubuso bawo bubhekene nempumalanga, ekhonza ilanga ngasempumalanga.

Funda isahluko ephelele Uhezekeli 8

Buka Uhezekeli 8:16 ngokomongo