14 Maluqalekiswe usuku engazalwa ngalo;usuku umame angizala ngalo malungabusiswa.
15 Makaqalekiswe umuntu owabika kubaba, ethi:“Uzalelwe umntwana wesilisa,”emthokozisa nokumthokozisa.
16 Lowo muntu makabe njengemiziuJehova ayigumbuqela engazisoli,ezwe ukukhala ekuseninokumemeza ngesikhathi sasemini,
17 ngokuba akangibulalanga esiswini,umame waze waba yithuna lami,nesisu sakhe saba sikhulelwe njalo.
18 Ngaphumelani esiswiniukuba ngibone umshikashika nosizi,ukuze izinsuku zami ziphele ngamahloni na?