6 lokhu ufuna ukona kimi,ufunisisa isono sami,
7 noma ukwazi ukuthi angimubinokuthi akakho ongophula esandleni sakho.
8 Izandla zakho zingibumbile,zangenza ngokupheleleyo nxazonke;nokho uyangichitha.
9 Ake ukhumbule ukuthi ungenzile njengebumba;pho, uyakungibuyisela othulini na?
10 Awungithululanga njengobisi,wangijiyisa njengoshizi,* na?
11 Awungembathisanga isikhumba nenyama,wangiphica ngamathambo nangemisipha, na?
12 Ungenzele ukuphila nomusa;ukungihambela kwakho kulondile umoya wami.