22 Uyambula izinto ezijulileyo ebumnyameni,akhiphele ekukhanyeni ithunzi lokufa.
23 Uyandisa izizwe, abesezibhubhisa;ukhulisa izizwe, abesezisusa.
24 Uyamuka izinhloko zezizwe ezweni ingqondo yazo,azidukise ehlane elingenandlela.
25 Ziyaphumputha ebumnyameni zingenakukhanya,uyazintengantengisa njengesidakwa.