7 Niyakumkhulumela uNkulunkulu ngokubi,nimkhulumele ngenkohliso, na?
8 Niyakubuvuma ubuso bakhe,nimmele uNkulunkulu, na?
9 Kuhle yini, lapho eniphendla?Njengalokhu umuntu ekhohliswa niyakumkhohlisa na?
10 Uyakunisola nokunisola,uma nivuna ubuso ngasese.
11 Ubukhulu bakhe abuyikunethusa,nengebhe ngaye inehlele, na?
12 Izikhumbuzo zenu ziyizaga zomlotha;izivikelo zenu ziyizivikelo zebumba.
13 “Thulani, ningiyeke ukuba ngikhulume,kungehlele noma yini.