9 Kuhle yini, lapho eniphendla?Njengalokhu umuntu ekhohliswa niyakumkhohlisa na?
10 Uyakunisola nokunisola,uma nivuna ubuso ngasese.
11 Ubukhulu bakhe abuyikunethusa,nengebhe ngaye inehlele, na?
12 Izikhumbuzo zenu ziyizaga zomlotha;izivikelo zenu ziyizivikelo zebumba.
13 “Thulani, ningiyeke ukuba ngikhulume,kungehlele noma yini.
14 Bengiyakuyithathelani inyama yami ngamazinyo ami,ngibeke ukuphila kwami esandleni sami, na?
15 Bheka, uyakungibulala,anginathemba;nokho ngiyakuvikela izindlela zami ebusweni bakhe.