13 Uma ngithemba ukuthi indawo yabafileyo iyindlu yami,ngendlalele ukhukho lwami ebumnyameni,
14 ngibize ukubola ngokuthi ubabanezimpethu ngokuthi umame nodadewethu,
15 liphi, pho, ithemba lami na?Yebo, ithemba lami,ngubani oyakulibona na?
16 Liyakwehlela emigoqweni yendawo yabafileyo,lapho kuyakuba khona ukuphumula othulini kanyekanye.”