8 Abaqotho bayethuswa yilokho;ongenacala uyavukela ongenaNkulunkulu.
9 Kepha olungileyo ubambelela endleleni yakhe;onezandla ezihlanzekileyo ude eqina njalo.
10 Nokho buyani nonke phela, nize;kodwa angiyikuthola phakathi kwenu ohlakaniphileyo.
11 Imihla yami isidlulile,amasu ami anqunyiwekanye nemicabango yami yenhliziyo.
12 Ubusuku babenza imini,bathi:‘Ukukhanya kuseduze nobumnyama.’
13 Uma ngithemba ukuthi indawo yabafileyo iyindlu yami,ngendlalele ukhukho lwami ebumnyameni,
14 ngibize ukubola ngokuthi ubabanezimpethu ngokuthi umame nodadewethu,