31 Ngubani oyakumtshela indlela yakhe ebusweni bakhe?Ngubani oyakumphindisela ngalokho akwenzileyo na?
32 Uyayiswa ethuneni, kulindwe elibeni.
33 Amagabade asesigodini ayakuba mnandi kuye;bonke abantu bayakudonswa emva kwakhe,njengokuba bengenakubalwa nababe phambi kwakhe.
34 “Pho, ningiduduzelani ngeze,lokhu ezimpendulweni zenu kusele inkohliso nje, na?”