3 Ukhona yini ongabala izimpi zakhe,nokukhanya kwakhe akuphumeli bani na?
4 Pho, umuntu angalunga kanjani kuNkulunkulu,nozelwe ngowesifazane angahlambuluka kanjani, na?
5 Bheka, nenyanga ayinankazimulo,nezinkanyezi azihlambulukile emehlweni akhe.
6 Pho, kakhulu kangakanani umuntu oyimpethu,nendodana yomuntu eyisibungu, na?”