1 “Impela ukhona umthapho wesiliva,nendawo yegolide abalicwengayo.
2 Insimbi iyakhishwa emhlabathini;amatshe ayancibilikiswa abe yithusi.
3 Ubumnyama bubekelwa umkhawulo;kuyacingwa kuze kube sekupheleni konkeamatshe esigayegaye nethunzi lokufa.
4 Baqhekeza umgodi kude nalapho behlala khona abantu,lapho bekhohlakele khona lunyawo;bayalenga, bajikajika kude nabantu.