24 Ngokuba uyabeka imikhawulo yomhlaba,abone konke okuphansi kwezulu.
25 Lapho emisela umoya ukusinda kwawo,elinganisa amanzi ngezilinganiso,
26 lapho enzela imvula isimiso,nonyazi lokuduma indlela,
27 khona wakubona, walanda ngakho,wakuhlela, wakuphenya.
28 Wathi kubantu: ‘Bhekani, ukwesabaiNkosi lokhu kungukuhlakanipha;ukusuka ebubini kungukuqonda.’ ”