25 Lapho emisela umoya ukusinda kwawo,elinganisa amanzi ngezilinganiso,
26 lapho enzela imvula isimiso,nonyazi lokuduma indlela,
27 khona wakubona, walanda ngakho,wakuhlela, wakuphenya.
28 Wathi kubantu: ‘Bhekani, ukwesabaiNkosi lokhu kungukuhlakanipha;ukusuka ebubini kungukuqonda.’ ”