1 “Kepha manje abancanengeminyaka kunami bayangihleka,oyise babo engangibadelelaukuba ngingababeki naphakathi kwezinja zezimvu zami.
2 Yebo, namandla ezandla zabo angangisiza kanjani,abantu abaphelile iziphika, na?
3 Bondile ngokuswela nangendlala;baququda ugwadule oluyize, olwaluyilohle nakuqala.
4 Bayakha imifino kasawoti ezihlahleni;izimpande zezinwele zingukudla kwabo.
5 Bayaxoshwa phakathi kwabantu;bamemeza emva kwabo njengasemva kwamasela.