28 uhlengile umphefumulo wami ukuba ungadluleli egodini;ngiyakubona ukukhanya ngiphila.’
29 “Bhekani, konke lokhu uNkulunkulu uyakwenzakabili, yebo, kathathu kumuntu
30 ukuba abuyise umphefumulo wakhe egodini,akhanyiselwe ngokukhanya kwabaphilayo.
31 Yizwa, Jobe, ungilalele;thula, mina ngizakukhuluma.
32 Uma unamazwi, ngiphendule;khuluma, ngokuba ngifisa ukukuthethelela.
33 Uma ungenawo, ngilalele wena;thula, ngiyakukufundisa ukuhlakanipha.”