34 “Abantu abanokuqonda bayakusho kimi,yebo, nezihlakaniphi,lapho zingizwa, ziyakuthi:
35 ‘UJobe ukhuluma engenalwazi;amazwi akhe awanangqondo.’
36 Sengathi uJobe angavivinywa kuze kube sekupheleni,ngokuba uphendula njengabantu ababi.
37 Ngokuba uyenezela ukuhlubuka esonweni sakhe;ushaya ihlombe phakathi kwethu,andise amazwi akhe kuNkulunkulu.”