10 Uyavulela izindlebe zabo ukulaywa,asho ukuba babuye ebubini.
11 Uma belalela, bamkhonze,bayakuqeda imihla yabo ebuhlenineminyaka yabo kukho okumnandi.
12 Kepha uma bengalaleli,bayakuphela ngenkemba,bafe bengenalwazi.
13 “Abangesabi ngenhliziyo baqongelela ulaka;abakhali lapho ebabopha.
14 Bafa besebasha,ukuphila kwabo kube njengokwezifebe zethempeli.
15 Ukhulula ompofu ngobumpofu bakhe,avule indlebe yabo ngokuhlupheka.
16 “Yebo, nga ekuvusa ukuba uphume emlonyeni wosizi,uye endaweni ebanzi,lapho kungekho kunyinyeka khona,kunone okubekwa etafuleni lakho.