18 Xwaya ukuba ulaka lungakuvusi usashaywa,ungachezukiswa ngobuningi bamahlawulo.
19 Ukukhala kwakho kungakusiza ukuba ungahlali osizini,nazo zonke izikhwepha zamandla akho, na?
20 Ungafisi ubusuku,lapho abantu beyakususwa ezindaweni zabo.
21 Xwaya ukuba ungabhekisi ubuso bakho ebubini,ngokuba ukhethile lokho kunokuhlupheka.
22 “Bheka, uNkulunkulu uphakeme ngamandla akhe;ngubani ofundisa njengaye na?
23 Ngubani ommisele indlela yakhe na?Ngubani ongasho ukuthi:‘Wenzile okubi,’ na?
24 Khumbula ukukhulisa izenzo zakheabahlabelela ngazo abantu.