29 Ukhona ongaqonda ukwenekeka kwamafunokuduma kwedokodo lakhe na?
30 Bheka, uyasakaza ukukhanya kwakhe ngakuye;uyasibekela ubuphansi bolwandle.
31 Ngokuba ngalokho uyabahlulela abantu,aphane kakhulu ngokudla.
32 Uyasibekela izandla zakhe ngokukhanya,akuyale ukuba kushaye isigcibisholo.
33 Umsindo wakhe ulanda ngaye oshisekela ububi ngentukuthelo.