15 Uyazi yini ukuthi uNkulunkulu uwayala kanjani,enze ukuba unyazi lwamafu akhe lukhanye na?
16 Uyaqonda yini ukulinganiswa kwamafu,izimangaliso zoPhelele olwazini,
17 wena ozingubo zakho zifudumala,lapho ethulisa umhlaba ngeshisandlu, na?
18 Ungeneka isibhakabhaka njengaye,esiqinile njengesibuko esibunjiweyo, na?
19 Sifundise ukuthi siyakuthini kuye;asinakuhlela indaba yethu ngenxa yobumnyama.
20 Uyakutshelwa ukuthi ngiyakhuluma na?Ukhona yini oshoyo ukuthi makabhubhe na?
21 Manje, abantu abanakukubona ukukhanyaokukhazimula esibhakabhakeni,