16 Uyaqonda yini ukulinganiswa kwamafu,izimangaliso zoPhelele olwazini,
17 wena ozingubo zakho zifudumala,lapho ethulisa umhlaba ngeshisandlu, na?
18 Ungeneka isibhakabhaka njengaye,esiqinile njengesibuko esibunjiweyo, na?
19 Sifundise ukuthi siyakuthini kuye;asinakuhlela indaba yethu ngenxa yobumnyama.
20 Uyakutshelwa ukuthi ngiyakhuluma na?Ukhona yini oshoyo ukuthi makabhubhe na?
21 Manje, abantu abanakukubona ukukhanyaokukhazimula esibhakabhakeni,
22 Ngasenyakatho kuvela inkazimulo yegolide;uNkulunkulu wembethe ubukhosi obesabekayo.