21 Manje, abantu abanakukubona ukukhanyaokukhazimula esibhakabhakeni,
22 Ngasenyakatho kuvela inkazimulo yegolide;uNkulunkulu wembethe ubukhosi obesabekayo.
23 USomandla singemqonde;mkhulu ngamandla nangokwahlulela;ngokulunga kwakhe okukhulu akoni lutho.
24 Ngalokho abantu bayamesaba;kepha akanaki abazishaya izihlakaniphi ngenhliziyo.”