1 UJehova wayesemphendula uJobe esesikhwishikhwishini, ethi:
2 “Ngubani lo owenza mnyama isilulekongamazwi angenalwazi na?
3 Bopha izinkalo zakho njengendoda;ngizakukubuza, wena ungazise.
4 Wawukuphi,lapho ngasekela umhlaba, na?Ngitshele, uma ukwazi ukuqonda.