23 engiziqongelele isikhathi sokuhluphekanosuku lokulwa nolwempi, na?
24 Iphi indlela eya lapho ukukhanyakwahlukaniselwa khona,nalapho umoya wasempumalangauhlakazekela khona emhlabeni, na?
25 Ngubani ovulele ukuchichima kwamanzi umselenonyazi lokuduma indlela,
26 ukunisa imvula emhlabenilapho kungekho muntu khona,nasehlane elingenamuntu,
27 ukusuthisa ihlane kwahlongasibi,nokuhlumisa uhlaza, na?
28 Kukhona uyise wemvula na?Ngubani owazala amathonsi amazolo na?
29 Iqhwa lavela esiswini sikabani,nesithwathwa sazalwa ngubani, na?