1 UJehova wayesemphendula uJobe, wathi:
2 “Osolayo uyakuphikisananoSomandla na?Omkhuza uNkulunkulu makaphendule.”
3 UJobe wamphendula uJehova, wathi:
4 “Bheka, angiyinto yalutho;ngingakuphendula ngokuthini na?Ngibeka isandla sami emlonyeni wami.
5 Ngikhulumile kanye,angisayikuphendula,yebo, kabili, kepha angiqhubeki.”