20 Izintaba ziyamvezela ukudla,lapho kudlala khona izilwane zonke zasendle.
21 Ulala phansi kwezihlahla ezinomthunziekusitheni kwemihlanga nasemaxhaphozini.
22 Izihlahla ezinomthunzi ziyamsibekela ngomthunzi wazo;iminyezane yasemfuleni iyamphahla.
23 Bheka, noma kuphuphuma umfula, akethuki;uyaqalaba, noma iJordani ligijigijimela emlonyeni wakhe.
24 Angabanjwa ebhekile,liqhunjuzelwe ikhala lakhe umkhala, na?