3 Uyakwenza imikhuleko eminingi kuwe,akhulume kuwe amazwi athambileyo, na?
4 Uyakwenza isivumelwano naweukuba umthathe abe yinceku kuze kube phakade na?
5 Ungadlala naye njengenyoni,umbophele amantombazana akho, na?
6 Abathengi bangathengiselana ngaye,bamahlukanise phakathi kwabahwebi, na?
7 Ungagcwalisa isikhumba sakhe ngezinhlendla,nekhanda lakhe ngamathatha ezinhlanzi, na?
8 Beka isandla sakho kuye;khumbula ukulwa;awusayikukuphinda.
9 Bheka, ithemba lakho liyakhohlisa;nangokumbona nje uyawiswa phansi.