5 Ungadlala naye njengenyoni,umbophele amantombazana akho, na?
6 Abathengi bangathengiselana ngaye,bamahlukanise phakathi kwabahwebi, na?
7 Ungagcwalisa isikhumba sakhe ngezinhlendla,nekhanda lakhe ngamathatha ezinhlanzi, na?
8 Beka isandla sakho kuye;khumbula ukulwa;awusayikukuphinda.
9 Bheka, ithemba lakho liyakhohlisa;nangokumbona nje uyawiswa phansi.
10 Akakho onesibindi sokumvusa.Ngubani, pho, ongema phambi kwami na?
11 Ngubani ongandulele ukuba ngimbuyisele na?Konke okuphansi kwezulu kungokwami.