1 UJobe wayesemphendula uJehova, wathi:
2 “Ngiyazi ukuthi ungenza konke;alinakuvinjwa icebo lakho.
3 Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na?Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga,izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.
4 “Ake ungizwe, kukhulume mina;ngiyakukubuza, wena ungazise.