1 UJobe wayesemphendula uJehova, wathi:
2 “Ngiyazi ukuthi ungenza konke;alinakuvinjwa icebo lakho.
3 Ngubani ositheza iziluleko engenakwazi na?Ngikhulumile lokho ngingakuqondanga,izimangaliso ezinkulu kunami ebengingazazi.
4 “Ake ungizwe, kukhulume mina;ngiyakukubuza, wena ungazise.
5 Ngangizwile ngawe ngokuzwa kwezindlebe,kepha manje iso lami liyakubona.
6 Ngalokho ngiyazinenga,ngizisole othulini nasemlotheni.”