11 Ayini amandla ami ukuba ngingaze ngethembe na?Ukuphela kwami kuyini ukuba ngingaze ngibekezele na?
12 Pho, amandla ami angamandla amatshe yini?Inyama yami iyithusi na?
13 Akusikho yini ukuthi alukho usizo kimi;ukusindiswa kususwa kimi.
14 “Odangeleyo nga ehawukelwa ngumngane wakhe;kepha ukumesaba uSomandla kuyayekwa.
15 Abafowethu bambuluzile njengomfula,njengemithonjana yemifula eshayo,
16 emnyama ngeqhwa,lapho ungqoqwane ezisitheza khona,
17 kepha ngesikhathi sokufudumala inyamalale,ishe endaweni yayo, lapho libalele.