21 Ngokuba kalokhu seniyize nje;nibona okwesabisayo niyesaba.
22 Ngasho yini ukuthi: ‘Ngipheni,ninginike isipho empahleni yenu,’ na?
23 noma: ‘Ngikhululeni esandleni sesitha,ningihlenge esandleni sezidlova,’ na?
24 “Ngifundiseni, khona ngiyakuthula mina,ningiqondise lapho ngiduke khona.
25 Ukukhuluma okuqotho kunamandla,kepha ukusolwa nokusolwa yinina kusizani na?
26 Nicabanga yini ukusola amazwi,lokhu ukukhuluma kophelelwa ithemba kungumoya nje na?
27 Yebo, nenza inkatho ngentandane,nithengisa ngomngane wenu.