18 nokuba umhambele ekuseni njalo,umhlole njalonjalo, na?
19 Koze kube nini uyeka ukungibheka na?Ngiyeke, ngize ngiminze amathe ami.
20 Noma ngonile,ngenzeni kuwe mlindi wabantu na?Ungimiseleni ngibe yisigcibisholo sakho,ngize ngibe ngumthwalo nakimi, na?
21 Awuthetheleli ngani isiphambeko sami,ususe isono sami, na?Ngokuba manje ngiyakulala phansi othulini;uyakungifunisisa, kepha angiyikubakho.”