14 ithemba lakhe liyakunqunywa,nesisekelo sakhe siyindlu yolwembu.
15 Uyakwencika endlini yakhe,kepha ayiyikuma;uyakubambelela kuyo,kepha ayiyikuqina.
16 Yena uluhlaza phambi kwelanga;imixhantela yakhe iyaxhantela ensimini yakhe.
17 Izimpande zakhe ziyathandela enqwabeni yamatshe,aqhekeze indawo yamatshe.
18 Uma echithwa endaweni yakhe,iyakumala ngokuthi:‘Angizange ngikubone.’
19 Bheka, injalo indlela yokuthokoza kwakhe;kuyakuvela abanye othulini.
20 “UNkulunkulu akamlahli opheleleyo,kabambi isandla sababi,