29 Ngiyakulahlwa mina;ngikhandlekelani ize na?
30 Noma ngizigeza ngamanzi eqhwa,ngihlambe izandla zami ngensipho,
31 uyakungicwilisa nokho emgodini,izingubo zami zinengwe yimi.
32 Ngokuba akasiye umuntu onjengamiukuba ngingase ngimphendule,siye kanyekanye ekwahlulelweni.
33 Akukho mnqamulajuqu phakathi kwethuongabeka isandla sakhe phezu kwethu sobabili.
34 Makayisuse induku yakhe kimi;ingebhe ngaye mayingangesabisi.
35 Khona ngiyakukhuluma, ngingamesabi,ngokuba anginjalo ngokwami.