4 Ngalokho ngathi:“Ningangibheki,ngiyakukhala ngomunyu;ningazami ukungiduduzangenxa yokuchithwa kwendodakazi yabantu bami.”
5 Ngokuba kulusuku lokukhathazeka,nolokunyathelwa phansi, nolokukhungatheka,oluvela eNkosini uJehova SebawotiesiGodini Sombonokanye nokudilizwa kwezingangenokumemeza ezintabeni.
6 I-Elamu lathwala isambophakathi kwezinqola, nabantu, namahhashi,neKhiri lambula isihlangu.
7 Kwathi izigodi zakho ezikhethekileyozagcwala izinqola,nabamahhashi bazihlela nokuzihlela ngasesangweni.
8 Wasisusa isimbozo kwaJuda;wena wabheka ngalolo sukuizikhali zasendlini yehlathi.
9 Nabona imifantu emzini kaDavideukuthi yayiminingi,nawaqoqa amanzi asechibini lasenzansi.
10 Nazibala izindlu zaseJerusalema,nazidiliza izindlu ukuba niluqinise ugange.