22 “Phendukelani kini, nisindiswe,nonke nina majukujuku omhlaba,ngokuba nginguNkulunkulu,akakho omunye.
23 Ngizifungile mina,kuphumile izwi emlonyeni wami ngokulunga,aliyikubuya,lokuthi: Kimina ayakuguqa onke amadolo,nezilimi zonke ziyakufunga.
24 Kuyakuthiwa:‘KuJehova kuphelanginokulunga namandla.’ ”Bayakufika kuye,bajabhe bonke abamvuthelayo.
25 KuJehova yonke inzalo kaJakobe yakwa-Israyeliiyakulungisiswa, ibe nodumo.