7 Ngokuba iNkosi uJehova iyakungisiza;ngalokho angijabhanga,ngalokho ngibumisile ubuso bami njengensengetsha;ngiyazi ukuthi angiyikujabha.
8 Ongithethayo useduze;ngubani ongamelana nami na?Masivuke kanyekanye;ngubani omangalelana nami na?Makasondele kimi.
9 Bheka, iNkosi uJehova iyakungisiza;ngubani oyakungilahla na?Bheka, bonke bayakuguga njengengubo,badliwe njengezinundu.
10 Ngubani phakathi kwenu omesabayo uJehova?Makalilalele izwi lenceku yakheehambile ebumnyameni,ethembile egameni likaJehova,noma ingenakukhanya,yencika kuNkulunkulu wakhe.
11 Bhekani nina nonke eniphemba umlilo,enibhinca izikhuni,manihambe ekukhanyeni komlilo wenunaphakathi kwezikhuni eniziphembileyo.Lokhu kuyakuba phezu kwenu kuvelaesandleni sami;niyakulala phansi ngobuhlungu.